Dr Nkosazana Dlamini-zuma Municipality Idp Budget Roadshow
Luhambe kahle uhlelo lwe ntuthuko edidiyelwe kanye nesabelozimali ebiyenziwa ngokubambisana neDistrict iHarry Gwala ebibanjelwe eCreighton emahhovisi kamasipala.
Isigaba 34 soMthetho Wezinhlelo Zomasipala sidinga ukuthi ama-IDP abuyekezwe unyaka nonyaka, Umasipala usebenza endaweni eshintsha njalo futhi i-IDP ibuyekezwa minyaka yonke ukuze kuqinisekiswe