Dr Nkosazana Dlamini-zuma Municipality Idp Budget Roadshow
Isigaba 34 soMthetho Wezinhlelo Zomasipala sidinga ukuthi ama-IDP abuyekezwe unyaka nonyaka, Umasipala usebenza endaweni eshintsha njalo futhi i-IDP ibuyekezwa minyaka yonke ukuze kuqinisekiswe ukuthi ihambisana nezinguquko zakamuva. Inqubo yokubuyekeza ihlanganisa ukubamba iqhaza komphakathi, ukunikeza izakhamuzi ithuba lokugqamisa kanye nokubeka phambili …