Iyaqhubeka Imihlangano Yentuthuko Edidiyelwe (idp) Kamasipala I Dr. Nkosazana Dlamini-zuma
Umasipala waseKhaya i Dr. Nkosazana Dlamini-Zuma Municipality uholwa uMeya, uKhansela Sindisiwe Msomi, namuhla 20 October 2022, eNkelabantwana Community Hall, ehambha noSomlomo uKhansela Sifiso Phoswa, Sotswebhu uKhansela Vusi Mthembu kanye namaKhansela kamasipala wasekhaya bephelezelwa amaKhansela wase Harry Gwala District eholwa uSotswebhu